UKhune akaneme ngokungadlali ngenxa yokulimala

Usezwakalise ukukhathazeka unozinti weKaizer Chiefs, u-Itumeleng Khune, njengoba esale ngaphandle esikwatini esisodlala umdlalo olandelayo weqembu ngenxa yokulimala.