Uhlu lwabo bonke abaphakanyiselwe ukuthola izindondo - SATMA Awards

Ngu: Nonkululeko Nhlapo 2017-08-13 11:04

Durban - Bekungahambeki edolobheni laseThekwini ngoMgqibelo, kwazise phela ukuthi bekungusuku olukhulu lapho kumenyezelwa khona abaphakanyiselwe ukuthola izindondo zamaSatma Awards kulo nyaka.

Abantu baphume ngobuningi babo bahlanganyela eGugu Dlamini ekuseni kusukela ngo-9 lapho bekunandisa khona abaculi abahlukahlukene emviliyelweni wamaSATMA Awards.

Lobu bumnandi bulandelwe wumcimbi wokumenyezelwa kwalabo abaqokelwe ukuthola izindondo emikhakheni eyahlukahlukene.

Lo mcimbi wokumenyezelwa kwamagama abaculi, abasakazi, yimisakazo, abalaleli, yizintatheli kanye nezimbongi ezihamba phambili kuleli ububanjelwe e-ICC eThekwini.

Kuyaziwa ukuthi kulo nyaka umcimbi wama-Satma uzoba sesifundazweni saseNorth West ekupheleni kwenyanga ezayo.

Nalu uhlu oluphelele:

Umculi/iqoqo labesilisa elivelele:

Thee Legacy - Thee Legacy

Qadasi & Maqhinga - Lashis'ilanga

Quincy K- Back to my roots

uMadanono - Siyabonga 90%

Majotha - Obhuti Engibaxoshayo

Igeza LakwaMgube - Kuyavelayini ngalapho?

Owesimame ovelele emculweni wesintu:

Buselaphi - Umakhanda khanda

Tirhani Mabasa 2 - Mangava Ya Joni

MmaAusi - Monna Oa Sokelwa

Izindlovukazi ZikaMageba - Akusiwo umuthi umuntu

Abahamba phambili nge-Afro-Soul:

Bheki Nqoko - Made in Ntuzuma

Brenda Mtambo - So Much more

Vusi Nova - Naninina

Abahamba phambili nge-African Jazz:

Henny Philemon - Man of Definition

Azah - Batswadi

Umkhumbane Jazz Ensemble - Ezintabeni

I-Albhamu ehamba phambili yomculo we-Reggae:

Mucco - The Legacy

Maqhawe Ngcobo - Our Prophets

Black Jahman - Peace Teacher

Imbongi eculayo:

Lizo Ndobe - Ndithand'ukubonga

David Leshomo - Molodi Wa Setso Vol2 Why

Mahwayi - Mahosi a Venda

Jessica Mbangeni - Jessica mbangeni Sings iGoli @ Lyric Theatre

IMbongi ehamba phambili:

MaGcwabe imbongi - Izithembiso ezaphuka

Ndumiso Maphumulo - AmaBlesser

Vendaboy Peot - Phathutshedzo

Bongani Mavuso -The story of my life

Usomahlaya onandisa ngolimi lwesintu:

Hello M

Tsepiso Nzayo

Elton Mduduzi Comfort Masombuka

Salesman Madeza Dipotata

Iqembu elisha lomculo wesintu:

Tua pitso - Nkgono manini

Ezendidane - Ikheshi Lodadooh

iS'chomane sasoPhongolo - Isibivabiva

Dimanaka Diahlaba Ditjotjela No.2 - Bonkhono Ba La

Abafana Bomndeni - uS'phihli

Iqembu lomgxobanyawo elihamba phambili:

Sgwebo Sentambo - Icleavage Edakiwe

Dikgalala Tsa Orange Fram No.3 - Rabaki

Dithaga Tsa Ga - Moulu Wa Pitse

Abahamba phambili ngokushaya uMbhaqanga:

Abakhwekazi - Phaphana

Sphamandla Masondo - Baba Wami

MaMillion - MaMillion

Bonani Mhlongo - Imali

Abahamba phambili ngeSicathamiya:

Thee Legacy - Thee Legacy

Inqaba Yevangeli - Marikana

Bizana City Boys - uthingo lwenkosazana

Botshabelo Kilimanjaro - Ma-Afrika Bonang

Intatheli ehamba phambili ngokusakaza ezesintu:

Tshepiso Mogomotsi - Modiri FM

Benjamin Tsotetsi - Ikwekwezi FM

Bongani Mavuso -Ukhozi FM

Lesibana Matlala - Motsweding FM

Caswel Taolane - XK FM

Palisa Moeti - Lesedi FM

Mweli Masilela - SABC News

Unathi Binqose - Umhlobo Wenene FM News

Zimkhita Manqinana - SABC News

Intatheli ehamba phambili yezindaba zesintu emaphepheni:

Charles Khuzwayo - Isolweze Newpapaer

Lulamile Feni - Daily Dispatch

Masego Tiro - NewAgeTNA (Bokone Bophirima)

Umlaleli ohamba phambili wezinhlelo zesintu:

Sebodo George Kgosietsile - Modiri FM 91.7

Siphenathi Keswa (I-Identist) - Umhlobo wenene FM

William Mahlangu - IKwekwezi FM

Lindokuhle Dzinabe - Umhlobo Wenene FM

Bellia Phutiyagae - Motsweding FM

Abasakazi abavelele bemisakazo yomphakathi:

Andile Mc Pholoba Ngcobo Izwi Lomzansi FM

Thandukwazi P. Mnyango Rise Community Radio

Bonginkosi Walter Mbuyisa Vibe FM

Isaac Madikwe Mojapelo born Masemola Community Radio Station (Mascom FM)

Mokete David Makhathini Dihlabeng FM (Free State) Mangethe Jozi FM

Ndimande,Shandu & Kholiwe Nqubeko Community Radio

Mpendulo Magcakini Gamkaland Community Radio

Xolani "MAHLAMBA" MAGAQA Mogale FM

Michael Shabangu Alex FM

Mmadiepetsane Mmanini Grace Leburu Bokone Bophirima FM

Othusitse Moses Lobelo Modiri FM

Manqele Sizwe Imbokodo FM

Welcome Ntombela Nongoma FM

Siyaxola Sobantu Zibonele FM 98.2

Captain Icora FM

Zimdolomba Mtakadabawo Sajonisi Youth Radio

Nqobizitha Mncwango "Ncwephelezi" Siyathuthuka community radio

UMnyango wezobuCiko namaSiko ohamba phambili:

Mpumalanga

KZN

Limpopo

Northern Cape

Western Cape

I-Albhamu yesiNdebele:

Amadlanga Nezelamani - Amalungelo Wabobaba

Mhlokonywa KaBungela - Igwabo Lakwa Pondo

Undzundza Neenkhali Zebhosa - Ingwenya Yemabuyeni

I-Albhamu yeXitsonga:

Redboy Mchangana Vol8 - Blesser

Team Nyenya - Yeso Va Rivaleli

Sir Jambatani 9 - Milorho

I-Albhamu yeseVenda:

Rinavho Express - Vhana Vhamusadzi

Vhalaudzi - Vhutsila

Mazwale Vol 3 - Vhuhadzi ndi nama ya Thole

I-Albhamu yesiXhosa :

Amabhac'amahle - Amasatma

Iwabo Nabantwana Bakhe - eCalvary

Ntombethongo - Amagamakho 100%

Ngcobela - U-Level

I-Albhamu yeSitswana:

Pinagare Ya Maanoane Cultural Group - Se Ileng Se A Bo Se Ile

Dikwena Tsa Matlosana Cultural Group - Ke Batla Go Bona Selo Nomtiti 5 - Nkemele MmaAusi

Monna - Oa Sokelwa

Dinonyane Cultural Group - Pitse

Culture Spears - Kokomochane

Tswelelang - Motho Wame

I-Albhamu yesiNdiya ehamba phambili:

Flash Entertainers - Chutney Mix Vol 10

Vernon Govender - Bhakthi Sangeedam

I-Albhamu yesiSuthu ehamba phambili:

Haeso Ha Ramatla No.3 - Haseso Ha Ramatla No.3

Letsekga No.5 - Naledi etshoeu

Dikgalala Tsa Orange Fram No.3 - Kwara Kwara

I-Albhamu ehamba phambili yomculo wesiBhunu:

Hennie De Bruyn en Die Kitaarkerels - Bosveld Kitare

Die Ventertjies - Wikkel Vingers

Hartklopdliette (Dirk & Cinda) -Let's get something Started

Uhlelo lwakumabonakude oluhamba phambili ngomculo wesintu:

Thembinkosi Zwane - Izigi Zomzamsi

Renny Pule - Golden Circle

Nomkelemane Langa & Mbali Gumede - Ugubhu Lwami

Ingoma ehamba phambili ye-Hip Hop yolimi lwesintu:

Mr Motswana - Tsotlhe

M.O.P ft Aretha - Ndzi Tele Hi Rirhandzi

Sk Da Village Boss - Thogomelani

Papzito - Bashemane

I-Albhamu kaMaskandi ehamba phambili:

Amageza Amahle - Inhlesa nenhlama

Buselaphi - Umakhanda khanda

Zanefa Ngidi - uMalume umbavumbavu

Maqhinga - Is'shwapha Somona

Bahubhe - Izihlwele

Ama-SAP - Akenivume nithi

Abafana Baka Mgqumeni - 6 to 6

Umsakazo ohamba phambili ngomculo wesintu:

Ligwalagwala FM

Phalaphala FM

Thobela FM

Umhlobo Wenene FM

Munghana Lonene FM

Ikwekwezi FM

TruFM

Lesedi FM

RSG

Uhlelo oluhamba phambili lomculo wesintu:

Dzumba na Mina - Munghana Lonene FM

Lwesuka Lutfuli - Ligwalagwala FM

Lavuth'iBhayi - Umhlobo Wenene FM

Ma-Afrika Tumelong - Thobela FM

Siyatjhagala - Ikwekwezi FM

Sgida Ngengoma - truFM

Re Mmoho - Lesedi FM

Vastrap - RSG

Tsa Etsho Tsa Setswana - Motsweding FM

Sigiy ngengoma - Ukhozi FM

Rutand Vana Bitaola - XK FM

Nambi ya DziNambi - Phalaphala FM


Ingoma edle umhlanganiso kulo nyaka:

Team Nyenya - Xitina Xa Misava

Nomtiti 5- Nkemele

Tou Letebele - Mainama

MmaAusi Monna - Oa Sokelwa

Thee Legacy - Wena wedwa

Sikheli Junior - Muthu ndi muya

Izindlovukazi ZikaMageba - Akusiwo umuthi umuntu

Makhadzi ft King Monada - Vuwani Ni mpfarepfare

Mhlokonywa kaBungela - Kwanyamazana

Mohase - A nyonyang a hlatse

Vusi Nova - Ndikuthandile

Umsakazi ovelele kwezesintu:

Monwabisi Bangi "Gudla" - Umhlobo Wenene FM

Ntsoaki Motloung - Lesedi FM

Willem Viljoen - RSG

Sthembele Thomas (Mantofontofo) - TruFM

Vusi shabangu - Ikwekwezi FM

Russel Kwinika - Munghana Lonene FM

Hunadi Mogohlwane - Thobela FM

Modika Mothuzi - Motsweding FM

Vincers Mabele - XK FM

Bheka Mchunu & Nkosinathi Mshengu - Ukhozi FM

Magidzeludzakeni - Ligwalagwala FM

Godfrey Mavhasa - Phalaphala FM

News24
«Emuva