Buka: Umunyu uMaNgema evalelisa kumyeni

2017-08-12 15:42

Johannesburg - Kube nzima kumfelokazi kaDumi Masilela ongumlingisi uSimphiwe Ngema ukuba avalelise kumyeni wakhe emathuneni.

Lo mlingisi obekhashwa yilungu lomndeni emathuneni lapho obekuybekwa kuwo uDumi, uSimphiwe ubehluleka nokuhamba eseyovalelisa okokugcina kumyeni wakhe.'

Ubekhihla isililo, ethi "Akuvumi, kubuhlungu."

 - IVIDEO:

 - TimesLive

News24
«Emuva