IZITHOMBE: Umembeso kumlingisi weSibaya

Ngu: Sandile Makhoba, ILanga 2017-03-20 16:01

Durban - Bekukuhle kudelile emcimbini wokwembesa nesethembiso somshado kaLinda Mtoba, odume ngelikaZama Ngwenya emdlalweni kamabonakude, Isibaya

Umcimbi ubusekhaya kubo esigcemeni sakwa-BB eMlazi, eningizimu yeTheku, ngoMgqibelo.

UMtoba ubembeswa nguSteven Meyer, kanti izethameli bezihlobe ngemvunulo yesintu.

Umndeni kaLinda umncome kakhulu indlela aziphethe kahle ngayo, wamnxusa ukuba angabaphoxi emzini.

UJessica Nkosi naye olingisa kwiSibaya indawo kaQondi ubekhona kulo mcimbi. Umndeni wakubo kamkhwenyana ububukeka ujabulile nawo ngesikhathi kuqhubeka umcimbi.

IZITHOMBE NAMA-VIDEO:

Image may contain: 2 people, people smiling, people standing and outdoor

??????

A post shared by Nontando Nana Madlamini-Mshibe (@nontando_mshibe) on

????????????????????Mrs Meyer @linda_mtoba

A post shared by Nontando Nana Madlamini-Mshibe (@nontando_mshibe) on

???? Beautiful Beautiful Bride ???? Congratulations @linda_mtoba & Steven!??????

A post shared by Nontando Nana Madlamini-Mshibe (@nontando_mshibe) on

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

News 24
«Emuva